Johane 3:1 - IsiZulu 2020 Kwakukhona umuntu owayengumFarisi, igama lakhe nguNikhodimu, engumholi wabaJuda. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwakukhona umuntu wakubaFarisi, nguNikodemu igama lakhe, isikhulu sabaJuda. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwakukhona umuntu wakubaFarisi, nguNikodemu igama lakhe, isikhulu sabaJuda; Contemporary Zulu Bible 2024 Kwakukhona umuntu wakubaFarisi, nguNikodemu igama lakhe, isikhulu sabaJuda; |
Kwafika noNikhodemu, owake wafika kuJesu ebusuku, yena-ke wayelethe ingxube yemure nenhlaba okungaba ngamalitha ayikhulu.
UJesu waphendula, wathi kuye: “Wena ungumfundisi ka-Israyeli, kodwa awukwazi lokho na?
Nangu nje ukhuluma esidlangalaleni, kodwa abasho nolunci kuye. Ngabe mhlawumbe ababusi bayazi ngokweqiniso ukuthi lo muntu unguKhristu na?