Babenezinhlanzana futhi eziyingcosana; nazo wazibusisa, wabayala ukuba basabele zona.
Johane 21:8 - IsiZulu 2020 Kepha abanye abafundi beza ngesikebhe bedonsa inetha elinezinhlanzi, ngokuba babengekude nogu, kungaba yibanga elingamakhubhithi angama-200. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha abanye abafundi beza ngesikebhe, ngokuba bebengekude nenhlabathi kepha kungathi izingalo ezingamakhulu amabili, bedonsa inetha linezinhlanzi. Baasraak Zulu New Testament Bible Abanye abafundi beza ngomkhumbi; (ngokuba babengekude nenhlabathi, kungathi izingalo ezingamakhulu amabili), bedonsa inetha elinezinhlanzi. Contemporary Zulu Bible 2024 Abanye abafundi beza ngomkhumbi; (ngokuba babengekude nenhlabathi, kungathi izingalo ezingamakhulu amabili), bedonsa inetha elinezinhlanzi. |
Babenezinhlanzana futhi eziyingcosana; nazo wazibusisa, wabayala ukuba basabele zona.
Ngakho-ke lowo mfundi uJesu amthandayo wathi kuPhethro: “YiNkosi.” USimoni Phethro, ekuzwa ukuthi yiNkosi, wagqoka, ngokuba wayehamba ze, waziphonsa olwandle.
Kuthe sebephumele emhlabathini, babona umlilo wamalahle, nezinhlanzi zibekwe kuwo, nesinkwa.
Ngu-Ogi kuphela, inkosi yaseBhashani, owasala ensalini yamaRefa. Bheka, ibhokisi lakhe lomngcwabo kwakungelensimbi, alitholakali yini eRabha labantu bakwa-Amoni na? Ubude balo bungamakhubhithi ayisishiyagalolunye, ububanzi balo bungamakhubhithi amane, ngokwesilinganiso.