newayini elijabulisa inhliziyo yomuntu, namafutha okukhazimulisa ubuso, nesinkwa esiqinisa inhliziyo yomuntu.
Johane 2:3 - IsiZulu 2020 Kwathi sekuphele iwayini, unina kaJesu wathi kuye: “Abanalo iwayini.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi ukuba lisweleke iwayini, unina kaJesu wathi kuye: “Kabanalo iwayini.” Baasraak Zulu New Testament Bible Seliphelelwe iwayini, unina kaJesu wathi kuye: Kabanalo iwayini. Contemporary Zulu Bible 2024 Seliphelelwe iwayini, unina kaJesu wathi kuye: Kabanalo iwayini. |
newayini elijabulisa inhliziyo yomuntu, namafutha okukhazimulisa ubuso, nesinkwa esiqinisa inhliziyo yomuntu.
Ukudla kwenzelwe ukwenama, newayini ukuba kuthakaswe, imali iyimpendulo yezinto zonke.
Kunesililo emigwaqweni, kukhalelwa iwayini; yonke intokozo iphele nya, injabulo yezwe ixoshiwe.
ngokuba lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elithululwa ngenxa yabaningi ukuze kuthethelelwe izono.
Ngakho-ke odadewabo bathumela kuJesu, bathi: “Nkosi, bheka, umngani wakho omkhonzile uyagula.”
Ningakhathazeki ngalutho, kodwa kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngomkhuleko, ngokunxusa nangokubonga.