wathi: “Nkosi, hawukela indodana yami, ngokuba inesithuthwane, iyahlukumezeka kakhulu; kukaningi iwela emlilweni nasemanzini.
Johane 18:2 - IsiZulu 2020 UJuda owamkhaphelayo wayeyazi leyo ndawo, ngokuba uJesu wayejwayele ukuhlangana lapho nabafundi bakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE NoJuda owamkhaphelayo wayeyazi leyo ndawo, ngokuba uJesu wayevama ukuhlangana khona nabafundi bakhe. Baasraak Zulu New Testament Bible UJudasi owamkhaphelayo naye wayeyazi leyo ndawo, ngokuba uJesu wayevame ukubuthana khona nabafundi bakhe. Contemporary Zulu Bible 2024 UJudasi owamkhaphelayo naye wayeyazi leyo ndawo, ngokuba uJesu wayevame ukubuthana khona nabafundi bakhe. |
wathi: “Nkosi, hawukela indodana yami, ngokuba inesithuthwane, iyahlukumezeka kakhulu; kukaningi iwela emlilweni nasemanzini.
Ngalezo zinsuku uJesu wayefundisa ethempelini emini, bese kuthi ebusuku ahambe ayolala entabeni okuthiwa eYeminqumo.
Wayesephuma, waya eNtabeni Yeminqumo njengalokhu kwakungumkhuba wakhe, abafundi bakhe bamlandela.