Sekusele izinsuku eziyisithupha kube yiPhasika, uJesu waya eBhethaniya lapho kwakuhlala khona uLazaru ayemvuse kwabafileyo.
Johane 12:12 - IsiZulu 2020 Ngakusasa abantu abaningi abebeze emkhosini, sebezwile ukuthi uJesu uyeza eJerusalema, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngangomuso abantu abaningi abafike emkhosini sebezwile ukuthi uJesu uyeza eJerusalema, Baasraak Zulu New Testament Bible Ngangomuso izixuku eziningi ezazize emkhosini zizwa ukuthi uJesu uyeza eJerusalema; Contemporary Zulu Bible 2024 Ngangomuso izixuku eziningi ezazize emkhosini zizwa ukuthi uJesu uyeza eJerusalema; |
Sekusele izinsuku eziyisithupha kube yiPhasika, uJesu waya eBhethaniya lapho kwakuhlala khona uLazaru ayemvuse kwabafileyo.
Yingakho-ke isixuku sahamba samhlangabeza, ngokuba sasizwile ukuthi wenze leso sibonakaliso.
Isixuku esikhulu sabaJuda sezwa ukuthi uJesu ulapho. Saya khona, hhayi ngokuba siyakubona uJesu kuphela, kodwa nokuba sibone noLazaru ayemvuse kwabafileyo.