Isandla sikaNkulunkulu sasikuJuda ukubenza babe nhliziyonye ukuze bagcine isiyalezo senkosi nesezikhulu ngezwi likaSimakade.
IzEnzo 8:6 - IsiZulu 2020 Izixuku zalalela nganhliziyonye okwakushiwo nguFiliphu, zizwa, futhi zibona izibonakaliso ayezenza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Izixuku zalalela nganhliziyonye okwakhulunywa nguFiliphu, zizwa, zibona izibonakaliso azenzayo. Baasraak Zulu New Testament Bible Izixuku zalalela nganhliziyonye lokho uFiliphu ayekukhuluma, zizwa futhi zibona izibonakaliso azenzayo. Contemporary Zulu Bible 2024 Izixuku zalalela nganhliziyonye lokho uFiliphu ayekukhuluma, zizwa futhi zibona izibonakaliso azenzayo. |
Isandla sikaNkulunkulu sasikuJuda ukubenza babe nhliziyonye ukuze bagcine isiyalezo senkosi nesezikhulu ngezwi likaSimakade.
NgeSabatha elilandelayo, kwabuthana cishe bonke abavela emzini ukuba bazokuzwa izwi likaNkulunkulu.
USimoni naye wakholwa; esebhabhadisiwe wamlandela uFiliphu, emangaliswa izibonakaliso nemisebenzi emikhulu yamandla eyayenzeka.
Kwaphuma imimoya engcolileyo kwabaningi ababenayo, iphuma imemeza ngezwi elikhulu. Kwaphiliswa abaningi abafe uhlangothi, nabayizinyonga.