Kepha yagodla enye ingxenye yemali, nomkayo azi, yaletha ingxenye ethile, yayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.
IzEnzo 5:8 - IsiZulu 2020 UPhethro wayesethi kuye: “Ngitshele ukuthi indawo niyithengise ngenani elingaka na?” Wathi: “Yebo, ngelingako.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE UPetru wayesethatha ethi: “Ngitshele ukuba izwe nilithengise ngokungaka na?” Wathi: “Yebo, ngokungaka.” Baasraak Zulu New Testament Bible UPetru waphendula wathi kuye: “Ngitshele, uma insimu nathengisa kangaka na? Wathi: Yebo, okungaka. Contemporary Zulu Bible 2024 UPetru waphendula wathi kuye: “Ngitshele, uma insimu nathengisa kangaka na? Wathi: Yebo, okungaka. |
Kepha yagodla enye ingxenye yemali, nomkayo azi, yaletha ingxenye ethile, yayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.
Kwathi emuva kwesikhathi esingaba ngamahora amathathu, kwangena nomkakhe, wayengazi okwenzekileyo.