IzEnzo 5:23 - IsiZulu 2020 zathi: “Ijele silithole livaliwe, nabaqaphi bemi eminyango, kepha sesivulile asitholanga muntu ngaphakathi.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE zathi: “Indlu yeziboshwa sayifumana ivaliwe, iqinile impela, nabalindi bemi eminyango; kepha sesivulile asifumananga muntu ngaphakathi.” Baasraak Zulu New Testament Bible esithi: Intolongo siyifice ivaliwe ngokulondeka konke, nabalindi bemi ngaphandle phambi kweminyango; Contemporary Zulu Bible 2024 Esithi: Intolongo siyifice ivaliwe ngokulondeka konke, nabalindi bemi ngaphandle phambi kweminyango; |
Akukho ukuhlakanipha, akukho ukuqonda, asikho iseluleko, okungamelana noSimakade.
Base becosha amatshe ukuze bamkhande ngawo, kodwa uJesu wafihlakala kubo, waphuma ethempelini.
Kuthe lapho iwezwa lawa mazwi induna yethempeli nabaphristi abakhulu, bamangala ukuthi ngabe kwenzekeni.