Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IzEnzo 5:1 - IsiZulu 2020

Indoda ethile, egama layo kungu-Ananiya, kanye nomkayo uSafira, bathengisa ngendawo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kepha indoda ethile, igama layo lingu-Ananiya, inoSafira umkayo, yathengisa ngendawo;

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Kodwa indoda ethile uAnaniya ngebizo, inoSafira umkayo, yathengisa ngendawo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kodwa indoda ethile uAnaniya ngebizo, inoSafira umkayo, yathengisa ngendawo.

Uka jalj uñjjattʼäta



IzEnzo 5:1
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Makaqalekiswe oyiqili, okukhona iduna emhlanjini wakhe, afunge, ahlabele iNkosi okunesici, ngokuba ngiyinkosi enkulu, negama lami liyesabeka phakathi kwezizwe,” kusho uSimakade Wamabandla.


Konke uBaba angipha khona, kuyakuza kimi; lowo ozayo kimi, angisoze ngamlahla ngaphandle.


enensimu, wathengisa ngayo, waletha imali, wayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.


Kepha yagodla enye ingxenye yemali, nomkayo azi, yaletha ingxenye ethile, yayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.


Kepha endlini enkulu akuhlali kuphela izitsha zegolide nezesiliva, kodwa nezokhuni nezebumba; ezinye ngezihloniphekileyo, ezinye ngezingahloniphekile.


Amasango eJerikho ayevaliwe ngaphakathi nangaphandle ngenxa yabantu bakwa-Israyeli; kwakungaphumi futhi kungangeni muntu.


Wayesesondeza abendlu yakhe ngamunye ngamunye, kwathi u-Akhani, indodana kaKharimi kaZabhidi kaZera, wesizwana sakwaJuda, wakhethwa.