Ngisacabanga, bheka, kwavela impongo ngasentshonalanga ebusweni bawo wonke umhlaba, kodwa ayiwuthintanga umhlaba; impongo yayinophondo olugqamileyo phakathi kwamehlo ayo.
IzEnzo 4:16 - IsiZulu 2020 bethi: “Sizakwenzani ngalaba bantu na? Ngokuba kusobala kubo bonke abakhileyo eJesuralema ukuthi yibona abenze isibonakaliso esikhulu esingenakho ukusiphika. IBHAYIBHELI ELINGCWELE bathi: “Sizakubenzani laba bantu na? Ngokuba kusobala kubo bonke abakhileyo eJerusalema ukuthi isibonakaliso esiqhamileyo senziwe yibo, asinakukuphika. Baasraak Zulu New Testament Bible besithi: Sizakwenzani kulababantu? Ngokuba isibonakaliso esiphawulekayo senziwe yibo kusobala kubo bonke abakhileyo eJerusalema; futhi ngeke sikuphike. Contemporary Zulu Bible 2024 Besithi: Sizakwenzani kulababantu? Ngokuba isibonakaliso esiphawulekayo senziwe yibo kusobala kubo bonke abakhileyo eJerusalema; futhi ngeke sikuphike. |
Ngisacabanga, bheka, kwavela impongo ngasentshonalanga ebusweni bawo wonke umhlaba, kodwa ayiwuthintanga umhlaba; impongo yayinophondo olugqamileyo phakathi kwamehlo ayo.
Impongo yayisizikhulisa kakhulu; kwathi lapho isinamandla, uphondo olukhulu lwephuka; esikhundleni salo kwamila ezine ezigqamileyo ngasemimoyeni yomine yezulu.
“Bathi kuye: ‘Ngokuba akukho muntu osiqashileyo.’ “Wathi kubo: ‘Hambani nani niye esivinini.’
ngokuba Mina ngiyakunifunza amazwi nokuhlakanipha abangayukwazi ukumelana nakho noma baphikisane nakho bonke labo abalwa nani.
Yingakho-ke isixuku sahamba samhlangabeza, ngokuba sasizwile ukuthi wenze leso sibonakaliso.