Wathi ukuba asho lokho, bajabha bonke ababemelene naye, kepha isixuku sonke sathokoza ngenxa yemisebenzi yonke emangalisayo ayenzileyo.
IzEnzo 3:9 - IsiZulu 2020 Abantu bonke bayibona ihamba, idumisa uNkulunkulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantu bonke bambona ehamba, edumisa uNkulunkulu. Baasraak Zulu New Testament Bible Bonke abantu bayibona ihamba, idumisa uNkulunkulu; Contemporary Zulu Bible 2024 Bonke abantu bayibona ihamba, idumisa uNkulunkulu; |
Wathi ukuba asho lokho, bajabha bonke ababemelene naye, kepha isixuku sonke sathokoza ngenxa yemisebenzi yonke emangalisayo ayenzileyo.
Kwathi lapho izixuku zibone lokho akwenzile uPawula, zaphakamisa izwi lazo zathi ngesiLikhawoniya: “Onkulunkulu befana nabantu, behlele kithi.”
bethi: “Sizakwenzani ngalaba bantu na? Ngokuba kusobala kubo bonke abakhileyo eJesuralema ukuthi yibona abenze isibonakaliso esikhulu esingenakho ukusiphika.
Sebebesabisile babadedela, ngokuba abazanga ukuthi bazobajesiza kanjani lokhu kwakunabantu, bonke bedumisa uNkulunkulu ngalokho okwakwenzekile.