Uphrofetheleni egameni likaSimakade, uthi: ‘Le ndlu iyakuba njengeShilo, nalo muzi uyakuba yincithakalo kungabe kusaba bikho ohlala kuwo na?’ ” Bonke abantu babuthana kuJeremiya endlini kaSimakade.
IzEnzo 3:11 - IsiZulu 2020 Isabambelele kuPhethro noJohane, bonke abantu bagijimela kubo emphemeni okuthiwa okaSolomoni, beshaqeke kakhulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esabambelele koPetru noJohane, bonke abantu bagijimela kubo emphemeni othiwa okaSolomoni, besaba kakhulu. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi isinyonga esisilisiweyo sibambe oPetru noJohane, abantu bonke bagijimela kubo kanyekanye ekhulusini elithiwa elikaSolomoni, bemangele kakhulu. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi isinyonga esisilisiweyo sibambe oPetru noJohane, abantu bonke bagijimela kubo kanyekanye ekhulusini elithiwa elikaSolomoni, bemangele kakhulu. |
Uphrofetheleni egameni likaSimakade, uthi: ‘Le ndlu iyakuba njengeShilo, nalo muzi uyakuba yincithakalo kungabe kusaba bikho ohlala kuwo na?’ ” Bonke abantu babuthana kuJeremiya endlini kaSimakade.
UJesu wathuma uPhethro noJohane, wathi: “Hambani niyosilungisela iPhasika ukuba sidle.”
Indoda okwakuphume kuyo amadimoni yamnxusa ukuba ahambe nayo, kodwa wayibuyisela emuva, ethi:
Sekuzwakele lokhu kuduma, kwabuthana uquqaba, ludidekile, ngokuba yilowo nalowo wayebezwa bekhuluma ngolimi lwakubo.
UPhethro ekubona lokho wakhuluma kubantu wathi: “Madoda akwa-Israyeli, kungani nimangele ngalokhu futhi nisigqolozelelani sengathi simenze ngamandla ethu nangokukholwa kwethu ukuba ahambe na?
Kwathi ukuba ibone uPhethro noJohane bezongena ethempelini, yacela ukuphiwa isipho.
Kwenziwa izimangaliso nezibonakaliso eziningi kubantu, ngezandla zabaphostoli. Bonke babenhliziyonye besemphemeni kaSolomoni.