Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IzEnzo 13:7 - IsiZulu 2020

enombusi wezwe, uSergiyu Pawula, umuntu owayehlakaniphile; wabiza uBharnabha noSawula, wafuna ukuzwa izwi likaNkulunkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

owayekhona kumbusi wezwe uSergiyu Pawulu, umuntu onengqondo enhle. Yena wabiza oBarnaba noSawulu, wafuna ukuzwa izwi likaNkulunkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

owayenombusi wezwe, uSergiyu Pawulu, indoda ehlakaniphileyo; owabiza uBarnabasi loSawuli, wafisa ukuzwa ilizwi likaNkulunkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Owayenombusi wezwe, uSergiyu Pawulu, indoda ehlakaniphileyo; owabiza uBarnabasi loSawuli, wafisa ukuzwa ilizwi likaNkulunkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta



IzEnzo 13:7
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ongenalwazi ukholwa yikho konke, kodwa ohlakaniphileyo uyaziqaphela izinyathelo zakhe.


Abangenalwazi badla ifa lobuwula, kepha abanokuqonda baqheliswa ngolwazi.


Ukuhlakanipha koqondayo kungukuqonda indlela yakhe, kepha ubuwula beziwula buyinkohliso.


Inhliziyo ehlaziyayo izuza ulwazi, nendlebe yohlakaniphileyo ifuna ulwazi.


Ngubani ohlakaniphileyo na? Uyakuziqonda lezi zinto. Ngubani onengqondo na? Uyakuzazi lezi zinto. Ngokuba izindlela zikaSimakade zilungile; abalungileyo bahamba ngazo, kodwa abaphambukayo bayakhubeka kuzo.


Kwathi ukuba umbusi abone okwenzekile, wakholwa, emangaliswa nayimfundiso yeNkosi.


Kepha u-Elimasi, umlumbi, ngokuba yigama lakhe lelo uma lihunyushwa, wamelana nabo, efuna ukuphambukisa umbusi ekukholweni.


Kwathi uGaliyu esengumbusi wase-Akhaya, abaJuda nganhliziyonye, bamvukela uPawula, bamyisa phambi kwesihlalo sokwehlulela,


Ngakho-ke uma uDemethriyu nezingcweti zabakhandi besiliva benodaba nomuntu, zikhona izinsuku zokuthetha amacala, futhi bakhona nababusi; mabamangalelane.


Vivinyani konke, nibambisise okuhle.