Wazivalela endlini yenduna yabalindi benkosi, zafakwa ejele, lapho kwakuvalelwe khona uJosefa.
IzEnzo 12:10 - IsiZulu 2020 Sebedlulile kubalindi bokuqala nakwabesibili, bafika esangweni lensimbi eliya emzini, elazivulekela ngokwalo, baphuma, badlula umgwaqo owodwa, ingelosi yayisimshiya ngokushesha. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Sebedlulile kubalindi bokuqala nabesibili bafika esangweni lensimbi eliya emzini, labavulekela ngokwalo, baphuma, badlula isitaladi saba sinye; ingelosi yayisimshiya masinyane. Baasraak Zulu New Testament Bible Sebedlule abalindi bokuqala nabesibili, bafika esangweni lensimbi eliya emzini; owabavulela ngokwakhe; baphuma, badlula umgwaqo munye; ingilosi yahle yasuka kuye. Contemporary Zulu Bible 2024 Sebedlule abalindi bokuqala nabesibili, bafika esangweni lensimbi eliya emzini; owabavulela ngokwakhe; baphuma, badlula umgwaqo munye; ingilosi yahle yasuka kuye. |
Wazivalela endlini yenduna yabalindi benkosi, zafakwa ejele, lapho kwakuvalelwe khona uJosefa.
Ibhubhesi lamemeza, lathi: “Nkosi, ngihlale ngimi embhoshongweni wami nsuku zonke, nasendaweni engibekwe kuyo ubusuku bonke.
Kwathi kusihlwa, ngalolo lusuku lokuqala lweviki, iminyango ivaliwe lapho abafundi babekhona ngenxa yokwesaba abaJuda, uJesu wafika wema phakathi kwabo, wathi kubo: “Ukuthula makube kini.”
Emva kwezinsuku eziyisishiyagalombili abafundi bakaJesu besendlini noThomase ekhona, uJesu wangena iminyango ivaliwe, wema phakathi kwabo, wathi: “Ukuthula makube kini.”
Esembambile, wamfaka etilongweni, wamnikela emaviyweni amane, yilelo nalelo linamabutho amane, ukuba amlinde, ehlose ukuba emuva kwePhasika, amkhuphulele kubantu.
Ngokuphazima kweso kwaba khona ukuzamazama komhlaba okukhulu, kwaze kwanyakaza nezisekelo zejele; masinyane yonke iminyango yavuleka, namaketango ababeboshwe ngawo, athukululeka.
“Nakuyo ingelosi yebandla laseFiladelfiya loba ukuthi: “ ‘Nakhu akushoyo ongcwele, oqinisileyo, onesihluthulelo sikaDavide, ovula kungavali muntu, novala kungavuli muntu, uthi: