Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IsiLilo 3:14 - IsiZulu 2020

Sengiyinhlekisa kubo bonke abantu bakithi, bahaya ngami izingoma nsuku zonke.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Sengingohlekwayo kubantu bonke, ngihaywa usuku lonke.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ngaba yinhlekisa kubo bonke abantu bakithi; futhi bacula usuku lonke.

Uka jalj uñjjattʼäta



IsiLilo 3:14
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba ababesithumbile bacela ukuba sihlabelele ihubo, nabahluphi bethu bafuna ukujatshuliswa, bethi: “Sihlabeleleleni amanye amahubo aseZiyoni.”


Usenze isethuko komakhelwane bethu, inhlekisa nendumalo kwabasiphahlileyo.


Sesiphenduke isethuko komakhelwane bethu, umbhinqo nenhlekisa kwabasiphahlileyo.


Simakade, wangiyenga, ngayengeka; ube namandla kunami, wangehlula. Ngibe yinhlekisa usuku lonke, ngaklolodelwa yibo bonke.


U-Israyeli wayengesiyo yini inhlekisa kuwe na? Watholakala enamasela yini, njengoba uma ukhuluma ngaye unikina ikhanda.


Noma behleli noma bemile, ngiyihubo labo lokukloloda.