Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IsAmbulo 11:14 - IsiZulu 2020

UMaye wesibili wedlula; uMaye wesithathu uyeza masinyane.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwadlula uMaye wesibili; bheka, uMaye wesithathu uyeza masinyane.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Umaye wesibili usedlulile; bheka, umaye wesithathu uyeza masinyane.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Umaye wesibili usedlulile; bheka, umaye wesithathu uyeza masinyane.

Uka jalj uñjjattʼäta



IsAmbulo 11:14
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngase ngibona esinye isibonakaliso ezulwini, esikhulu nesimangalisayo: izingelosi eziyisikhombisa zinezinhlupheko eziyisikhombisa zokugcina, ngokuba ngazo kwase kupheleliswa ulaka lukaNkulunkulu.


Ngase ngibona, futhi ngezwa ukhozi lundiza emkhathini wezulu, lumemeza ngezwi elikhulu, luthi: “Maye, maye, maye kulabo abakhileyo emhlabeni, lapho sekukhala amacilongo asasele, njengoba izingelosi ezintathu zizakuwabetha!”


UMaye wokuqala usudlulile, kodwa kuseza oMaye ababili emva kwalokho.