Hoseya 13:12 - IsiZulu 2020 Ububi buka-Efrayimi bulondoloziwe, isono sakhe siqoshiwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ububi buka-Efrayimi buboshiwe, isono sakhe sibekelelwe. Contemporary Zulu Bible 2024 Ububi buka-Efrayimi buboshiwe; isono sakhe sifihliwe. |
UNkulunkulu ukubekele abantwana bazo ukukhohlakala kwazo, kodwa makabuphindisele kuzo uqobo, ukuze zikwazi.
Ngokuba noma ugeza ngesoda, uzithathele insipho eningi, ububi bakho bulotshiwe phambi kwami,” kusho iNkosi uSimakade.
Kepha ngenxa yobulukhuni bakho, nenhliziyo engaphendukiyo, uziqongelelela ulaka ngosuku lwentukuthelo nolokwambulwa kokwehlulela okuqotho kukaNkulunkulu,