Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Esteri 5:10 - IsiZulu 2020

kodwa wazibamba, wahamba waqonda emzini wakhe, wathumela, waqoqa abangani bakhe nomkakhe uZereshi,

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kepha uHamani wazibamba, waya ekhaya; wayesethuma, walanda abangane bakhe noZereshi umkakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kepha uHamani wazibamba, wathi efika endlini yakhe, wabiza abangane bakhe noSereshi umkakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta



Esteri 5:10
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJosefa wayengasakwazi ukuzibamba phambi kwabo bonke ababemi naye, wakhala, wathi: “Khiphani bonke abanye abalapha phambi kwami.” Kwakungasekho muntu ngesikhathi uJosefa eziveza kubafowabo.


waqhosha ngomcebo wakhe omkhulu, namadodana amaningi, nezikhundla zonke inkosi embeke kuzo, nokuthi imenze wamkhulu phezu kwezikhulu nabaholi.


Waxoxela umkakhe nabo bonke abangani bakhe ngento eyayimehlele. Labo bangani bakhe abahlakaniphile nomkakhe, bathi kuye: “Njengoba uMoridekhayi engumJuda, ukuwa kwakho sekuqalile. Ngeke ukwazi ukumelana naye ubuso nobuso, impela uzokuqumba phansi.”


Ungasheshi ukuthukuthela, ngokuba intukuthelo ihlala ezifubeni zeziwula.