Ngiphendule, Simakade, ngiphendule ukuze laba bantu bazi ukuthi Wena, Simakade unguNkulunkulu, nokuthi uguqukisela kuwe izinhliziyo zabo.”
AmaHubo 80:3 - IsiZulu 2020 Sibuyise, Nkulunkulu, ukhanyise ubuso bakho, khona siyakusindiswa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Sibuyise, Nkulunkulu, ukhanyise ubuso bakho, khona siyakusindiswa. Contemporary Zulu Bible 2024 Phenduka, Nkulunkulu, ukhanyise ubuso bakho; futhi siyakusindiswa. |
Ngiphendule, Simakade, ngiphendule ukuze laba bantu bazi ukuthi Wena, Simakade unguNkulunkulu, nokuthi uguqukisela kuwe izinhliziyo zabo.”
Baningi abathi: “Ngubani oyakusenzela okuhle na?” Simakade, phakamisela ukukhanya kobuso bakho phezu kwethu.
Nkulunkulu usilahlile, usibhubhisile, ngoba usithukuthelele; ake usivuselele futhi.
UNkulunkulu makabe nomusa kithi, asibusise, makakhanyise ubuso bakhe phezu kwethu, Sela
Lalela, Malusi ka-Israyeli, Wena ohola uJosefa njengomhlambi. Uhlezi phezu kwamakherubhi, khazimula
Sibuyise, Simakade Nkulunkulu Wamabandla, ukhanyise ubuso bakho, khona siyakusindiswa.
Sibuyisele kuwe, Simakade, siyakubuya; yenza izinsuku zethu zibe zintsha njengasemandulo;