Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 69:6 - IsiZulu 2020

Mabangahlazeki ngami abakulindelayo, Nkosi, Simakade Wamabandla. Mabangathelwa ngehlazo ngenxa yami labo abakufunayo, Nkulunkulu ka-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Mabangajabhiswa ngami abakulindeleyo, Nkosi Jehova Sebawoti; mabangahlazeki ngami abakufunayo, Nkulunkulu ka-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Abakuthembayo mabangajabhi ngenxa yami, Nkosi Jehova Sebawoti; mabangajabhiswa abakufunayo ngenxa yami, Nkulunkulu ka-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 69:6
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu ka-Israyeli ukhulumile, iDwala lika-Israyeli lathi kimi: ‘Obusa abantu ngokulunga, abuse ngokwesaba uNkulunkulu,


Impela, akuyukujabha noyedwa kwabathembele kuwe; mabajabhe labo abaphambuka ngeze.


Makuthi bonke labo abathabela okubi okungehlele, bahlazeke, badumale. Makuthi labo abazikhukhumeza ngami, bathelwe ngehlazo, bajabhe, balulazeke.


Umhlangano wabezizwe mawukubunganyele, ubuyele phezulu ngaphezu kwazo.


Makabongwe uSimakade uNkulunkulu, uNkulunkulu ka-Israyeli, okunguYena kuphela owenza izimangaliso.


Amakhosi ayakuba ngabazanyana bakho, nezindlovukazi zawo zibe ngabancelisi bakho; bayokukhothamela, ubuso bubheke phansi, bakhothe uthuli lwezinyawo zakho; uyokwazi ukuthi nginguSimakade, abethembela kimi abayukujabha.”


uNkulunkulu walesi sizwe sakwa-Israyeli waqoka okhokho bethu, wabenza abantu baba yisizwe esikhulu eGibhithe ababengabafokazi kulo, wabakhipha ngengalo ephakemeyo.


“Olibeni lwakhe, uNkulunkulu walethela u-Israyeli uMsindisi uJesu, njengokwesithembiso.


babamisa phakathi kwabo, bababuza bathi: “Nikwenze lokhu ngaliphi igunya nangaliphi igama na?”