Nkulunkulu wami, ungawakhohlwa lawo madoda ukuthi abungcolise kanjani ubuphristi nesivumelwano sabaphristi nabaLevi.
AmaHubo 59:6 - IsiZulu 2020 Babuya kusihlwa, bahlabe umkhulungwane njengenja, bezulazula emzini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bayabuya kusihlwa, bahlaba umkhulungwane njengenja, bezula emzini. Contemporary Zulu Bible 2024 Babuya kusihlwa: babanga umsindo njengenja, bazungeza umuzi. |
Nkulunkulu wami, ungawakhohlwa lawo madoda ukuthi abungcolise kanjani ubuphristi nesivumelwano sabaphristi nabaLevi.
Ngokuba izinja zingihaqile, umgwamanda wabenzi bokubi ungizungezile. Izandla nezinyawo zami bazibhobozile.
USawule wathumela izithunywa endlini kaDavide ukuba zimqaphe, bese zimbulala ekuseni. UMikhali, umkakhe, wambikela uDavide, wathi: “Uma ungayihlengi impilo yakho ngalobu busuku, uzobulawa kusasa.”