U-Absalomu bese ethi kuye: “Uyabona, indaba yakho inhle, iqondile, kodwa akukho muntu obekwe yinkosi ukuba akulalele.”
AmaHubo 55:3 - IsiZulu 2020 ngenxa yezwi lesitha, nangenxa yokucindezela komubi, bagingqela okubi phezu kwami, bangizingela bengithukuthelele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngenxa yezwi lesitha, ngenxa yokucindezela komubi; ngokuba bagingqela okubi phezu kwami; bangizingela bethukuthele. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngenxa yezwi lesitha, ngenxa yokucindezela kwababi; ngokuba baphonsa ububi phezu kwami, bangizonda ngokufutheka. |
U-Absalomu bese ethi kuye: “Uyabona, indaba yakho inhle, iqondile, kodwa akukho muntu obekwe yinkosi ukuba akulalele.”
Wathi enkosini: “Inkosi yami mayingangibeki icala, futhi ingakukhumbuli okubi okwenziwa yinceku yakho ngosuku inkosi yami, inkosi, iphuma eJerusalema, sengathi inkosi ingekubeke enhliziyweni yayo.
Kepha Wena Simakade, uthi: “Ngenxa yabampofu abaphangwayo, nababuswezi ababubulayo, ngizakuvuka,” kusho uSimakade, “ngimbeke endaweni ephephile, ayilangazelelayo.”
Uze unganginikeli kokufiswa yizitha zami ngami, ngokuba ofakazi bamanga bangivukele, babhodla umlilo.
Abafokazi bangivukele, izidlova zizingela impilo yami. Azimgqizi qakala uNkulunkulu. Sela
bathi: “UNkulunkulu umshiyile; mxosheni, nimbambe, ngokuba akekho ongamkhulula.”
Abaphristi abakhulu nomkhandlu wonke bafuna ubufakazi obungamanga ngoJesu, ukuze bambulale.