Abanye bagabe ngezinqola zempi, abanye ngamahhashi, kodwa thina sethembele egameni likaSimakade uNkulunkulu wethu.
AmaHubo 44:6 - IsiZulu 2020 Ngokuba angethembele emnsalweni wami, nenkemba yami ayingisindisanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba angiwethembi umnsalo wami, nenkemba yami ayingisindisi; Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba angiwethembi umnsalo wami, nenkemba yami ayiyikungisindisa. |
Abanye bagabe ngezinqola zempi, abanye ngamahhashi, kodwa thina sethembele egameni likaSimakade uNkulunkulu wethu.
Noma nini lapho isandla sikaMose siphakeme, u-Israyeli wayenqoba, kodwa uma esehlisa esiphumuza, kunqobe ama-Amaleki.
Kepha indlu yakwaJuda ngiyakuyizwela, ngibasindise ngoSimakade uNkulunkulu wabo, angiyukubasindisa ngomnsalo, ngenkemba, ngempi, ngamahhashi nangabagibeli bamahhashi.”
Yonke le nhlangano iyokwazi ukuthi uSimakade akasindisi ngenkemba nangomkhonto, ngokuba impi ingekaSimakade; uyakuninikela esandleni sethu.”