ngokuba bazosishulwa masinyane njengotshani, babune njengemifino.
Ngokuba bayakusikwa masinyane njengotshani, babune njengemithana eluhlaza.
Ngoba bazaqunywa masinyane njengotshani, babune njengezitshalo eziluhlaza.
Uyaqhakaza njengembali, abuye abune, ubalekisa okwethunzi, akami ndawonye.
Ngisho izikhohlakali zingahluma njengotshani, nabo bonke abenza okubi baqhakaze, bayobhubha ingunaphakade.
Kepha Wena, Simakade, uphakeme kuze kube phakade.
Ngokuba omubi akayukuba nalo ikusasa, nesibani sezikhohlakali siyakucima.
ngokuba: “Yonke inyama injengotshani, nobuhle bayo bonke bunjengembali yotshani. Utshani buyabuna, nembali ivuthuluke. Kepha izwi leNkosi limi kuze kube phakade.”