Uyazazi yini izimiso zasezulwini? Ungazibekela yini umthetho wokubusa kwazo emhlabeni na?
AmaHubo 148:6 - IsiZulu 2020 Wakumisa kwaze kwaba phakade naphakade, wakushayela umthetho okungenakuweqa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Futhi wakumisa kuze kube phakade; washaya umthetho ongenakweqiwa. Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi wabaqinisa kuze kube phakade naphakade; |
Uyazazi yini izimiso zasezulwini? Ungazibekela yini umthetho wokubusa kwazo emhlabeni na?
USimakade uyiNkosi, wembethe ubukhosi, uSimakade uvunule, ubhince amandla. Izwe ulimise laqina, alinakunyakaziswa.
“Lokho kimi kufana namanzi ezinsukwini zikaNowa: njengalokho ngafunga ukuthi amanzi kaNowa awasayukubuye awemboze umhlaba, kanjalo sengifungile ukuthi ngeke ngisakuthukuthelela, futhi ngeke ngikusole.
Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Uma bengingenzanga isivumelwano sami nemini nobusuku, nezimiso nezulu nomhlaba,