Wayesemkhiphela phandle wathi: “Bheka esibhakabhakeni ubale izinkanyezi, uma ungazibala.” Wayesethi kuye: “Iyakuba ngako inzalo yakho.”
AmaHubo 147:4 - IsiZulu 2020 Ubala inani lezinkanyezi, azibize zonke ngamagama. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyabala inani lezinkanyezi, azibize zonke ngamagama. Contemporary Zulu Bible 2024 Ubala inani lezinkanyezi; zonke izibiza ngamagama azo. |
Wayesemkhiphela phandle wathi: “Bheka esibhakabhakeni ubale izinkanyezi, uma ungazibala.” Wayesethi kuye: “Iyakuba ngako inzalo yakho.”
Lapho ngibuka izulu lakho, umsebenzi weminwe yakho, inyanga nezinkanyezi okumisileyo,
Phakamiselani amehlo enu phezulu, nibone. Ngubani odale lezo zinto na? Nguye okhipha amaviyo azo, awabale; azibize zonke ngamagama. Ngokuba unamandla amakhulu nezikhwepha zakhe zinkulu, yingakho kungasilele neyodwa.