AmaHubo 135:8 - IsiZulu 2020 Washaya amazibulo aseGibhithe, awabantu nawezilwane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Washaya amazibulo aseGibithe, awabantu kanye nawezilwane. Contemporary Zulu Bible 2024 Owashaya amazibulo aseGibithe, awabantu nawezilwane; |
owabulala amazibulo abaseGibhithe, amazibulo alo, ngokuba umusa wakhe umi phakade;
Washaya amazibulo wonke aseGibhithe, okokuqala kwamandla abo, emathendeni kaHamu.
“ ‘Ngokuba ngiyokwedlula eGibhithe ngalobo busuku, ngibulale wonke amazibulo eGibhithe, awabantu nawezilwane, ngibehlulele bonke onkulunkulu baseGibhithe: nginguSimakade.
Ngesikhathi uFaro elukhuni engavumi ukusidedela, uSimakade wabulala wonke amazibulo eGibhithe, kusukela kwawabantu kuya kwawezilwane. Ngakho-ke ngihlabela uSimakade konke okungamaduna okuvule isibeletho, kodwa ngiyawahlenga wonke amazibulo angamadodana ami.’
Kepha leso sizwe abayakuba yizigqila zaso; ngiyakusehlulela,’ kusho uNkulunkulu, ‘emveni kwalokho bayakuphuma, bangikhonze kule ndawo.’