Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 104:4 - IsiZulu 2020

wenza umoya ube yizithunywa zakhe, izikhonzi zakhe zibe yilangabi lomlilo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

owenza izingelosi zibe yimimoya, izikhonzi zakhe zibe yilangabi lomlilo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

owenza izingelosi zakhe zibe yimimoya; izinceku zakhe umlilo ovutha amalangabi.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 104:4
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi besalokhu behamba bexoxa, bheka, kwaqhamuka inqola yomlilo namahhashi omlilo, abehlukanisa, u-Eliya wenyukela ezulwini ngesivunguvungu.


U-Elisha wakhuleka, wathi: “Simakade, ake uvule amehlo ayo ukuba ibone.” USimakade wawavula-ke amehlo aleyo nceku, yabona; bheka, intaba yayigcwele amahhashi nezinqola zomlilo zika-Elisha nxazonke.


nawe mlilo nesichotho, liqhwa nenkwezane, nawe siphepho esenza okwezwi lakhe,


Isimo sezidalwa eziphilayo sasibukeka njengamalahle avutha umlilo, zivutha njengezibani, umlilo wawehla wenyuka phakathi kwezidalwa eziphilayo. Umlilo wawumenyezela kuphuma unyazi kuwo.


Ingelosi yaphendula, yathi: “Lena yimimoya emine yezulu ephumile, ibime phambi koMnuzane womhlaba wonke.


Ngokuba abaSadusi bathi akukho ukuvuka kwabafileyo, nangelosi, namoya, kodwa abaFarisi bayakuvuma konke.


Izingelosi zonke aziyibo yini omoya bokukhonza abathunyelwe ukukhonza ngenxa yalabo abayakudla ifa lensindiso na?


Nangezingelosi, uthi: “Owenza izingelosi zakhe zibe yimimoya, izikhonzi zakhe zibe ngamalangabi omlilo.”