Ingelosi engihlenge ezingozini zonke, makabusise laba bafana, ukuze ngabo igama lami nelokhokho bami o-Abhrahama no-Isaka lichume njalo. Sengathi banganda babe baningi emhlabeni.”
AmaHubo 103:4 - IsiZulu 2020 okhulula ukuphila kwakho ekubhujisweni, okuqhelisa ngomusa nangobubele, IBHAYIBHELI ELINGCWELE okhulula ukuphila kwakho ekubhujisweni, okuqhelisa ngomusa nangobubele; Contemporary Zulu Bible 2024 Ohlenga ukuphila kwakho ekubhujisweni; okuthwesa umusa nesihe; |
Ingelosi engihlenge ezingozini zonke, makabusise laba bafana, ukuze ngabo igama lami nelokhokho bami o-Abhrahama no-Isaka lichume njalo. Sengathi banganda babe baningi emhlabeni.”
Njengokuba impumalanga yahlukene nentshonalanga, uzidedise kangako iziphambeko zethu.
Uyihlangabeze ngezibusiso ezinhle, wayethwesa umqhele wegolide elicwengekileyo ekhanda layo.
USimakade uyakukhulula ukuphila kwezinceku zakhe, akekho ophephela kuye oyojeza.
Ngokuba umphefumulo wami uwukhulule ekufeni, nezinyawo zami, ekukhubekeni, ukuze ngihambe phambi kukaNkulunkulu, ekukhanyeni kwabaphilayo.
Izindebe zomlomo wami zizojabula, nomphefumulo wami ukuhubele, ngokuba ungihlengile.
Impela, kwakungenxa yami ukuba ngibe nomunyu omkhulu; nguwena owawuthanda umphefumulo wami, waze wawophula egodini lokubhujiswa, ngokuba uzintshinge emuva kwakho zonke izono zami.
Ngentukuthelo echichimayo, ngabusitheza ubuso bami kuwe isikhashana, kepha ngesihawu esingapheliyo, ngiyokuhawukela,” kusho uSimakade uMhlengi wakho.
Ubusisiwe umuntu okhuthazelayo lapho elingwa, ngokuba uma esevivinyiwe uyakwemukeliswa umqhele wokuphila, iNkosi ewuthembise labo abayithandayo.
Kuyakuthi lapho uMelusi omkhulu esebonakaliswa, nizuze umqhele wenkazimulo ongabuniyo.
Ahlabelela iculo elisha, elithi: “Ufanele Wena ukuyithabatha incwadi, nokuqaqa izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wabathengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuyo yonke imindeni, izilimi, abantu, nezizwe.