Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AbAhluleli 9:51 - IsiZulu 2020

Kodwa kwakukhona umbhoshongo oqinile phakathi emzini, bonke abesilisa nabesifazane nazo zonke izakhamuzi zomuzi babalekela kuwo, bazivalela phakathi, base bekhuphukela ophahleni lombhoshongo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kepha phakathi komuzi wawukhona umbhoshongo oqinileyo; babalekela khona bonke abesilisa nabesifazane, nabo bonke abomuzi, bazivalela phakathi, benyukela ophahleni lombhoshongo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kodwa kwakukhona umbhoshongo oqinile phakathi komuzi, futhi babalekela lapho bonke abesilisa nabesifazane kanye nawo wonke umuzi, bawuvalela bona, bakhuphukela esiqongweni sombhoshongo.

Uka jalj uñjjattʼäta



AbAhluleli 9:51
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Indlu yayigcwele abesilisa nabesifazane, nawo wonke amakhosi amaFilisti, ophahleni kwakunabesilisa nabesifazane ababecishe babe yizi-3 000, ababebukela uSamsoni edlala.


U-Abhimelekhi waya eThebhezi, wakanisa malungana neThebhezi, walidla.


U-Abhimelekhi wafika embhoshongweni, walwa nawo, wasondela emnyango wombhoshongo ukuze awushise.