Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 9:51 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 Kepha phakathi komuzi wawukhona umbhoshongo oqinileyo; babalekela khona bonke abesilisa nabesifazane, nabo bonke abomuzi, bazivalela phakathi, benyukela ophahleni lombhoshongo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

51 Kodwa kwakukhona umbhoshongo oqinile phakathi emzini, bonke abesilisa nabesifazane nazo zonke izakhamuzi zomuzi babalekela kuwo, bazivalela phakathi, base bekhuphukela ophahleni lombhoshongo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

51 Kodwa kwakukhona umbhoshongo oqinile phakathi komuzi, futhi babalekela lapho bonke abesilisa nabesifazane kanye nawo wonke umuzi, bawuvalela bona, bakhuphukela esiqongweni sombhoshongo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 9:51
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Indlu yayigcwele abesilisa nabesifazane; namakhosi onke amaFilisti ayelapho; ophahleni kwakukhona abantu kungathi abayizinkulungwane ezintathu, abesilisa nabesifazane, ababebukela ukudlala kukaSamsoni.


U-Abimeleki wayeseya eThebesi, wamisa malungana neThebesi, walithatha.


U-Abimeleki wafika embhoshongweni, walwa nawo, wasondela emnyango wombhoshongo ukuba awushise ngomlilo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka