Wathola umhlathi osemusha wembongolo, wawuthatha, wabulala ngawo amadoda ayinkulungwane.
AbAhluleli 15:16 - IsiZulu 2020 USamsoni wathi: “Ngomhlathi wembongolo, yebo, ngomhlathi wembongolo, ngibulele amadoda ayinkulungwane.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi uSamsoni: “Ngomhlathi wembongolo ngibulele inqwaba, yebo, izinqwaba ezimbili, ngomhlathi wembongolo abantu abayinkulungwane.” Contemporary Zulu Bible 2024 Wayesethi uSamsoni: “Ngomhlathi wembongolo, izinqwaba ngezinqwaba, ngomhlathi wembongolo ngibulale inkulungwane abantu.” |
Wathola umhlathi osemusha wembongolo, wawuthatha, wabulala ngawo amadoda ayinkulungwane.
Eseqedile ukukhuluma, wawulahla umhlathi wembongolo, leyo ndawo yabizwa ngokuthi yiRamathi Lehi.
Lapho abantu bembona uSamsoni bamdumisa unkulunkulu wabo, bathi: “Unkulunkulu wethu unikele isitha sethu esandleni sethu, umchithi wezwe lakithi, nobulale abaningi bakithi.”