Indoda yahamba yaya ezweni lamaHithi, yakha umuzi yawuqamba ngokuthi yiLuzi, usabizwa ngalelo gama kuze kube namuhla.
AbAhluleli 1:25 - IsiZulu 2020 Ngakho-ke yabakhombisa indlela yokungena emzini, bawubhubhisa umuzi ngenkemba, kodwa indoda nomndeni wayo wonke babadedela bahamba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wazikhombisa intuba yokungena emzini, zawuchitha umuzi ngosiko lwenkemba; kepha zamvumela lowo muntu nomndeni wakhe ukuba bahambe. Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho ebabonisa indlela yokungena emzini, bawuchitha umuzi ngosiko lwenkemba; kodwa bamdedela lowo kanye nomndeni wakhe wonke. |
Indoda yahamba yaya ezweni lamaHithi, yakha umuzi yawuqamba ngokuthi yiLuzi, usabizwa ngalelo gama kuze kube namuhla.