Bawukhweza enqoleni entsha umphongolo kaNkulunkulu, bawususa endlini ka-Abhinadaba eyayiseGibheya. U-Uza no-Ahiyo, amadodana ka-Abhinadaba, yibona ababeshayela leyo nqola entsha.
2 Samuweli 6:4 - IsiZulu 2020 Bayikhipha endlini ka-Abhinadaba eGibheya nomphongolo kaNkulunkulu; u-Ahiyo wayehamba phambi komphongolo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bayikhipha-ke endlini ka-Abinadaba eyayisegqumeni kanye nomphongolo; u-Ahiyo wahamba phambi komphongolo. Contemporary Zulu Bible 2024 Balikhipha endlini ka-Abinadaba eseGibeya kanye nomphongolo kaNkulunkulu; u-Ahjo waphuma phambi komkhumbi. |
Bawukhweza enqoleni entsha umphongolo kaNkulunkulu, bawususa endlini ka-Abhinadaba eyayiseGibheya. U-Uza no-Ahiyo, amadodana ka-Abhinadaba, yibona ababeshayela leyo nqola entsha.
Bawukhipha umphongolo kaNkulunkulu endlini ka-Abhinadaba, bawukhweza enqoleni entsha eyayishayelwa ngu-Uza no-Ahiyo.