Ngakho-ke angizukuthatha lutho ngaphandle kwalokho osekudliwe yizinsizwa, nesabelo salawa madoda abengiphelezele: u-Aneri, u-Eshikholi, noMamre. Mabasifumane isabelo sabo.”
2 Samuweli 6:1 - IsiZulu 2020 UDavide waphinde wabaqoqa bonke abakhethiweyo bakwa-Israyeli, ababa yizi-30 000. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UDavide wabuye wabutha bonke abakhethiweyo bakwa-Israyeli, izinkulungwane ezingamashumi amathathu. Contemporary Zulu Bible 2024 UDavide wabuye wabutha bonke abakhethiweyo bakwa-Israyeli, izinkulungwane ezingamashumi amathathu. |
Ngakho-ke angizukuthatha lutho ngaphandle kwalokho osekudliwe yizinsizwa, nesabelo salawa madoda abengiphelezele: u-Aneri, u-Eshikholi, noMamre. Mabasifumane isabelo sabo.”
Zonke izizwe zakwa-Israyeli zeza kuDavide eHebhroni, zathi kuye: “Uyabona, thina siyithambo lakho nenyama yakho.
USolomoni wayeseqoqa amalunga akwa-Israyeli nezinhloko zezizwana, abaholi boyise babantu bakwa-Israyeli babuthana enkosini uSolomoni eJerusalema, ukuze bakhuphule umphongolo wesivumelwano sikaSimakade emzini kaDavide iZiyoni.
UDavide wambuthela ndawonye wonke u-Israyeli, kusukela eShihori eGibhithe, eLebo, kuze kube seHamathi, ukuba kuyolandwa umphongolo kaNkulunkulu eKiriyathi Jeharimi.