UJosefa wayeneminyaka engama-30 ngesikhathi eqala ukusebenzela uFaro inkosi yaseGibhithe. UJosefa waphuma phambi kukaFaro, wahamba kulo lonke iGibhithe.
2 Samuweli 5:4 - IsiZulu 2020 UDavide waqala ukubusa eseneminyaka engama-39; wabusa iminyaka engama-40. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UDavide wayeneminyaka engamashumi amathathu ekuqaleni kwakhe ukubusa; wabusa iminyaka engamashumi amane. Contemporary Zulu Bible 2024 UDavide wayeneminyaka engamashumi amathathu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi amane. |
UJosefa wayeneminyaka engama-30 ngesikhathi eqala ukusebenzela uFaro inkosi yaseGibhithe. UJosefa waphuma phambi kukaFaro, wahamba kulo lonke iGibhithe.
Izinsuku uDavide abusa ngazo kwa-Israyeli zaziyiminyaka engama-40; iminyaka eyisikhombisa wabusa eHebhroni, kwathi engama-33 wabusa eJerusalema.
KumaHebhroni, nguJeriya owayeyinhloko yezizukulwane ngokwezindlu zoyise. Ngonyaka wama-40 wokubusa kukaDavide kwafunwa, kwatholakala phakathi kwabo amaqhawe anamandla eJazeri kwaGileyadi.
Wambusa u-Israyeli iminyaka engama-40; iminyaka eyisikhombisa wabusa eseHebhroni, engama-33 wayibusa eseJerusalema.
Wazalelwa ayisithupha eHebhroni; wabusa khona iminyaka eyisikhombisa nezinyanga eziyisithupha; eJerusalema wabusa iminyaka engama-33.
kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu, kuze kufike kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena ukuzokwenza umsebenzi ethendeni lokuhlangana.
UJesu uqobo waqala umsebenzi wakhe eseneminyaka cishe engama-30 ubudala. Wayeyindodana, njengalokhu babesho, kaJosefa, ka-Heli,