Ngakunika indlu yenkosi yakho, nabafazi bayo wacamela kubo, ngakunika indlu yakwa-Israyeli neyakwaJuda. Uma lokho kukuncane bengiyakukwenezela ngokunye okuningi.
2 Samuweli 3:7 - IsiZulu 2020 USawule wayenesancinza, igama laso kunguRizpha, indodakazi ka-Ayiya. U-Ishi Bhoshethi wathi ku-Abhineri: “Usingeneleni isancinza sikababa na?” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uSawule wayenesancinza esigama laso lalinguRispa indodakazi ka-Aya. U-Ishi Bosheti wayesethi ku-Abineri: “Ungeneleni kuso isancinza sikababa na?” Contemporary Zulu Bible 2024 USawule wayenesancinza igama lakhe linguRispa indodakazi ka-Aya; u-Ishi Bosheti wathi ku-Abineri: “Ungeneleni nesancinza sikababa na? |
Ngakunika indlu yenkosi yakho, nabafazi bayo wacamela kubo, ngakunika indlu yakwa-Israyeli neyakwaJuda. Uma lokho kukuncane bengiyakukwenezela ngokunye okuningi.
U-Abhineri, indodana kaNeri, umkhuzi wempi kaSawule wayesethathe u-Ishi Bhoshethi, indodana kaSawule, waya naye eMahanayimi,
Wathi: “Ake ukhulume enkosini uSolomoni, ngokuba akasoze akufulathele wena, ukuba anginike u-Abhishagi waseShunemi abe ngumkami.”