Eyesine kwaba ngu-Adoniya, indodana kaHagithi; eyesihlanu kwaba nguShefathiya, indodana ka-Abhithali.
2 Samuweli 3:5 - IsiZulu 2020 Eyesithupha kwaba ngu-Ireyamu, ezalwa ngu-Egila, umkaDavide. Wonke lawo madodana kaDavide azalelwa eHebhroni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE eyesithupha yayingu-Itereyamu ku-Egila umkaDavide. Lawo azalelwa uDavide eHebroni. Contemporary Zulu Bible 2024 eyesithupha yayinguJitreyamu ku-Egila umkaDavide. Bazalelwa uDavide eHebroni. |
Eyesine kwaba ngu-Adoniya, indodana kaHagithi; eyesihlanu kwaba nguShefathiya, indodana ka-Abhithali.
Ngesikhathi kusekhona ukulwa phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide, u-Abhineri wayekhulisa amandla akhe endlini kaSawule.
owesihlanu nguShefathiya ku-Abhithali; owesithupha ngu-Ithereyamu ku-Egila, umkakhe.
Bheka, abantwana bayifa elivela kuSimakade, isithelo sesibeletho singumklomelo.