Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




2 Samuweli 18:4 - IsiZulu 2020

Inkosi yayisithi kubo: “Ngizokwenza lokho enikubona kufanele.” Ngakho-ke inkosi yema ngaseceleni kwesango, wonke amabutho aphuma ngamakhulu nangezinkulungwane.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Yayisithi inkosi kubo: “Okuhle emehlweni enu ngiyakukwenza.” Inkosi yema ngaseceleni kwesango, bonke abantu baphuma ngamakhulu nangezinkulungwane.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Inkosi yasisithi kubo: Ngizakwenza lokho elikubona kuhle. Inkosi yema esangweni, bonke abantu baphuma ngamakhulu nangezinkulungwane.

Uka jalj uñjjattʼäta



2 Samuweli 18:4
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UDavide wababala abantu ababenaye, wayesebabekela izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu.


UDavide wayehlezi phakathi kwamasango, elingaphakathi nelingaphandle; umlindi wakhuphukela ophahleni lwesango ngasogangeni lomuzi, waphakamisa amehlo akhe, wabona umuntu egijima yedwa.


Inkosi yayaleza uJowabe, u-Abhishayi no-Ithayi, yathi: “Anoyiphatha kahle insizwa ngenxa yami; ngisho u-Absalomu.” Bonke abantu bezwa lapho inkosi iyaleza zonke izinduna ngo-Absalomu.


Uyoba ngumoya wobulungiswa kumehluleli, namandla kwabavimba impi esangweni.


Amakhosi amaFilisti adlula ngamakhulu nangezinkulungwane; uDavide nabantu bakhe babengabokugcina ukudlula no-Akhishi.