Konke u-Ahithofeli ayeluleka ngakho kulezo zinsuku, kwakungathi kubuzwe kuNkulunkulu, ngakho-ke iseluleko sika-Ahithofeli sasihlonishwa nguDavide, kanjalo no-Absalomu.
2 Samuweli 17:1 - IsiZulu 2020 U-Ahithofeli wathi ku-Absalomu: “Ake ngiqoke amadoda ayizi-12 000, ngizosuka ngimlandele uDavide ngabo bona lobu busuku. IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Ahithofeli wathi futhi ku-Abisalomu: “Mangikhethe manje abantu abayizinkulungwane eziyishumi nambili, ngisuke ngimxoshe uDavide ngalobu busuku, Contemporary Zulu Bible 2024 U-Ahithofeli wathi ku-Abisalomu: “Mangikhethe amadoda ayizinkulungwane eziyishumi nambili, ngisuke ngixoshe uDavide ngalobu busuku. |
Konke u-Ahithofeli ayeluleka ngakho kulezo zinsuku, kwakungathi kubuzwe kuNkulunkulu, ngakho-ke iseluleko sika-Ahithofeli sasihlonishwa nguDavide, kanjalo no-Absalomu.
Ngizomfica ekhathele, nezandla zakhe zingenamandla, ngizomthelekela, abantu bonke abanaye babaleke, bese ngibulala inkosi, yona nje kuphela.
Ngiyakulala phansi ngokuthula, ngilalise okwengane, ngoba nguWena wedwa, Simakade, ongenza ngihlale ngiphephile.
Ngokuba abalali uma bengakwenzanga okubi; bayaqwasha uma bengakhubekisanga muntu;