UBharizilayi wayesemdala kakhulu, eneminyaka engama-80. Nguye owabe ondla inkosi ngesikhathi isahleli eMahanayimi, ngokuba wayengumuntu onothileyo.
1 Samuweli 9:1 - IsiZulu 2020 Kwakukhona umuntu kwaBhenjamini ogama lakhe kunguKishi, indodana ka-Abhiyeli kaZerori kaBhekhorathi ka-Afiya, indodana yowakwaBhenjamini, iqhawe elinamandla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwakukhona umuntu wakwaBenjamini ogama lakhe lalinguKishi indodana ka-Abiyeli kaSerori kaBekhorati ka-Afiya, indodana yowakwaBenjamini, iqhawe elinamandla. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwakukhona umuntu wakoBhenjamini ogama lakhe linguKishi, indodana ka-Abiyeli, indodana kaSerori, indodana kaBegorati, indodana ka-Afiya, umBenjamini, iqhawe. |
UBharizilayi wayesemdala kakhulu, eneminyaka engama-80. Nguye owabe ondla inkosi ngesikhathi isahleli eMahanayimi, ngokuba wayengumuntu onothileyo.
Kwakukhona eShushani inhlokomuzi, uMoridekhayi umJuda, indodana kaJayiri, kaShimeyi, kaKhishi wakwaBhenjamini,
Yayinezimvu eziyizi-7 000 namakameli ayizi-3 000, nezinkabi ezingamabhangqa angama-500 nezimbongolo zezinsikazi ezingama-500 nezisebenzi eziningi kakhulu. Leyo ndoda yayiyisikhulu esiphezulu kunabo bonke abantu basempumalanga.
Kusukela lapho, bacela inkosi. UNkulunkulu wabanika uSawule, indodana kaKhishi, umuntu wesizwe sakwaBhenjamini, iminyaka engama-40.
Bagijima, bamlanda lapho. Wema phakathi kwabantu; wayemude kunabo bonke abantu kusukela emahlombe kuya phezulu.
Kwakukhona umuntu eMahoni owayenemfuyo eKharmeli. Lowo muntu wayecebe kakhulu, enezimvu eziyizi-3 000 nezimbuzi eziyi-1 000. Izimvu zakhe wayezigundela eKharmeli.