Kwathi ukuba uJeremiya aqede ukukhuluma kubantu bonke, wonke amazwi kaSimakade uNkulunkulu wabo, uSimakade uNkulunkulu wabo ayemthume wona kubo;
1 Samuweli 8:10 - IsiZulu 2020 USamuweli wabatshela abantu ababecele kuye inkosi wonke amazwi kaSimakade. IBHAYIBHELI ELINGCWELE USamuweli wabatshela abantu abacela kuye inkosi onke amazwi kaJehova. Contemporary Zulu Bible 2024 USamuweli wakhuluma onke amazwi kaJehova kubantu abacela kuye inkosi. |
Kwathi ukuba uJeremiya aqede ukukhuluma kubantu bonke, wonke amazwi kaSimakade uNkulunkulu wabo, uSimakade uNkulunkulu wabo ayemthume wona kubo;
Wathi: “Nansi indlela inkosi eyonibusa ngayo: izothatha amadodana enu, izibekele wona ezinqoleni zayo nasemahhashini ayo, agijime phambi kwezinqola zayo;