Ngalolo lusuku ngiyakujezisa bonke abeqa umbundu, abagcwalisa izigodlo zamakhosi abo ngobudlova nangenkohliso.
1 Samuweli 5:5 - IsiZulu 2020 Yingakho nje abaphristi bakaDagoni kuze kube namuhla, nabo bonke abangena endlini kaDagoni benganyatheli embundwini kaDagoni ose-Ashidodi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngalokho abapristi bakaDagoni nabo bonke abangena endlini kaDagoni abanyatheli embundwini kaDagoni e-Ashidodi kuze kube namuhla. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngalokho abapristi bakaDagoni nabo bonke abangena endlini kaDagoni abanyatheli embundwini kaDagoni e-Ashidodi kuze kube namuhla. |
Ngalolo lusuku ngiyakujezisa bonke abeqa umbundu, abagcwalisa izigodlo zamakhosi abo ngobudlova nangenkohliso.
Umkhuzi wempi kaSimakade wathi kuJoshuwa: “Khumula izimbadada zakho ezinyaweni ngokuba indawo omi kuyo ingcwele.” UJoshuwa wenza kanjalo.
Ekuseni inkosi yakhe yavuka, yavula iminyango yendlu, lapho iphuma ukuze ihambe; bheka, nasiya isancinza sayo siwile ngasemnyango wendlu, izandla zaso ziphezu kombundu.