Wakhetha amabutho ayizi-5 000 wawabeka phakathi kweBhetheli ne-Ayi, entshonalanga e-Ayi.
1 Samuweli 15:5 - IsiZulu 2020 USawule wafika emzini wama-Amaleki, wawacuthela esigodini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE USawule wafika emzini ka-Amaleki, waqamekela esigodini. Contemporary Zulu Bible 2024 USawule wafika emzini ka-Amaleki, walala phansi esigodini. |
Wakhetha amabutho ayizi-5 000 wawabeka phakathi kweBhetheli ne-Ayi, entshonalanga e-Ayi.
ewayalile, wathi: “Niyakugwaca ngemuva komuzi, ningayi kude nawo, kodwa nihlale nonke niqaphile.
USawule wabiza abantu wababuthela eThelayimi; babeyizi-200 000 zemigundatshani nezi-10 000 zabantu bakwaJuda.
USawule wathi kumaKheni: “Hambani, phumani, nisuke phakathi kwama-Amaleki, funa nginibhubhise nawo. Nina nabaphatha kahle abakwa-Israyeli ekukhuphukeni kwabo eGibhithe.” AmaKheni aphuma phakathi kwama-Amaleki.