“Ningamlaleli uHezekiya, ngokuba isho kanje inkosi yase-Asiriya, ithi: ‘Yakhani uxolo nami, niphume nize kimi, nidle, kube yilowo nalowo emvinini wakhe, kube yilowo nalowo emkhiwaneni wakhe, niphuze, yilowo nalowo amanzi omthombo wakhe,
1 Samuweli 11:3 - IsiZulu 2020 Amalunga aseJabeshi athi kuye: “Ake usiyeke izinsuku eziyisikhombisa, ukuze sithumele izithunywa kuyo yonke imingcele yakwa-Israyeli; uma kungekho ozosihlenga, siyozinikela kuwe.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amalunga aseJabeshi athi kuye: “Siyeke izinsuku eziyisikhombisa ukuba sithume izithunywa emikhawulweni yonke yakwa-Israyeli; uma kungekho osisindisayo, siyakuphumela kuwe.” Contemporary Zulu Bible 2024 Amalunga aseJabeshi athi kuye: “Siyeke izinsuku eziyisikhombisa, sithume izithunywa emikhawulweni yonke yakwa-Israyeli; khona-ke, uma kungekho osikhululayo, siyakuphumela kuwe. |
“Ningamlaleli uHezekiya, ngokuba isho kanje inkosi yase-Asiriya, ithi: ‘Yakhani uxolo nami, niphume nize kimi, nidle, kube yilowo nalowo emvinini wakhe, kube yilowo nalowo emkhiwaneni wakhe, niphuze, yilowo nalowo amanzi omthombo wakhe,
Abantu baseJabheshi bathi: “Kusasa sizozinikela kini, nenze kithi konke okuyakuba kuhle emehlweni enu.”