Wababekezelela iminyaka eminingi, wabexwayisa ngoMoya wakho, wakhuluma ngabaphrofethi bakho, kodwa abakugqizanga qakala lokho, ngakho-ke wabanikela kubantu abakhelene nabo.
1 kaPetru 3:19 - IsiZulu 2020 Wahamba wayoshumayeza imiphefumulo eboshiweyo, IBHAYIBHELI ELINGCWELE ehamba ngawo ukushumayeza omoya abasekuboshweni Baasraak Zulu New Testament Bible Ngakho wahamba washumayela imimoya esetilongweni; Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho wahamba washumayela imimoya esetilongweni; |
Wababekezelela iminyaka eminingi, wabexwayisa ngoMoya wakho, wakhuluma ngabaphrofethi bakho, kodwa abakugqizanga qakala lokho, ngakho-ke wabanikela kubantu abakhelene nabo.
ukuze uvule amehlo ezimpumputhe, ukhiphe iziboshwa ejele, nabahlezi ebumnyameni ejele.
Eziboshweni, uthi: ‘Phumani,’ kulabo abasebumnyameni, uthi: ‘Zibonakaliseni.’ “Bayoklaba ngasendleleni, amadlelo abo abe semagqumeni wonke.
UMoya weNkosi uSimakade uphezu kwami, ngokuba uSimakade ungigcobile ukuba ngishumayele izindaba ezinhle kwabathotshisiweyo; ungithumele ukubopha abanhliziyo zaphukile, ukumemezela ukukhululwa kwabathunjiweyo, nokudedelwa kweziboshwa ejele.
UKhristu wahlupheka kwaba kanye ngenxa yezono; olungileyo ehluphekela abangalungile, ukuze aniyise kuNkulunkulu; wabulawa emzimbeni, kodwa waphiliswa kuMoya.
kulabo abangalalelanga lapho uNkulunkulu ebalindele ngokubekezela emihleni kaNowa, umkhumbi usakhiwa, okwasindiswa abayingcosana, abayisishiyagalombili ababekuwo, ngawo amanzi.
Ngenxa yalokho-ke, ivangeli lashunyayelwa nakwabafileyo, ukuba bahlulelwe ngokwabantu emzimbeni, kodwa baphile ngokukaNkulunkulu emoyeni.
Ngawa phansi phambi kwezinyawo zayo, ngakhuleka kuyo. Yayisithi kimi: “Ungakwenzi lokho; ngiyinceku kanye nawe, nabazalwane bakho abaphethe ubufakazi bukaJesu; khuleka kuNkulunkulu, ngokuba ubufakazi bukaJesu bungumoya wokuphrofetha.”
Kuyakuthi lapho isiphelile iminyaka eyinkulungwane, uSathane akhululwe ejele akulo,