USolomoni waletha umnikelo wokubonga awuletha kuJehova, izinkomo eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili nezimvu eziyizinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili. Inkosi nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli bayingcwelisa indlu kaJehova.
UNumeri 7:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Okomnikelo wokubonga nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezinqama eziyisihlanu, nezimvu zamaduna ezineminyaka emihlanu; lokho kwakungumnikelo kaNethaneli indodana kaSuwari. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezimpongo eziyisihlanu, nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye; lokho kwakungumnikelo kaNethaneli indodana kaSuwari. IsiZulu 2020 Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa nguNethaneli, indodana kaZuwari. |
USolomoni waletha umnikelo wokubonga awuletha kuJehova, izinkomo eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili nezimvu eziyizinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili. Inkosi nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli bayingcwelisa indlu kaJehova.
Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwa-Isakare; uNethaneli indodana kaSuwari uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwa-Isakare.
Ngosuku lwesithathu u-Eliyabe indodana kaHeloni, isikhulu sabantwana bakwaZebuloni, wanikela;
UPawuli, umphostoli kaKristu Jesu ngentando kaNkulunkulu, noThimothewu umzalwane,