UNkulunkulu walubusisa usuku lwesikhombisa walungcwelisa, ngoba waphumula ngalo ngemva komsebenzi wonke wendalo ayewenzile.
UNumeri 7:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngosuku uMose alimisa ngalo itabernakele, waligcoba, walingcwelisa kanye nezitsha zalo zonke, ne-altare nezitsha zalo zonke, waligcoba, walingcwelisa; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi ngosuku uMose aqeda ngalo ukumisa itabernakele,* waligcoba, walingcwelisa kanye nayo yonke impahla yalo, ne-altare, nazo zonke izitsha zalo, wazigcoba, wazingcwelisa, IsiZulu 2020 Kwathi ngosuku uMose aqeda ngalo ukumisa ithabanakeli, waligcoba, walingcwelisa nayo yonke impahla yalo; wagcoba, wangcwelisa i-althare, nazo zonke izitsha zalo. |
UNkulunkulu walubusisa usuku lwesikhombisa walungcwelisa, ngoba waphumula ngalo ngemva komsebenzi wonke wendalo ayewenzile.
Ngalolo suku inkosi yangcwelisa ingaphakathi legceke eliphambi kwendlu kaJehova; ngoba waletha lapho iminikelo yokutshiswa leminikelo eyenziwa ngomlilo lamahwahwa eminikelo yokubonga, ngoba ilathi lethusi elaliphambi kweNKOSI lalilincane kakhulu ukuthi lingamukela iminikelo yokutshiswa leminikelo eyenziwa ngomlilo lamahwahwa eminikelo yokubonga.
Ngingcwelisele onke amazibulo, konke okuvula isizalo sikanina phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, abantu nezinkomo; ngeyami.
Nsuku zonke kumelwe ulungise inkunzi njengomnikelo wesono wokubuyisana; wolihlambulula i-altare, lapho ulenzela ukubuyisana, uligcobe ukuba ulingcwelise.
Khuluma nabantwana bakwa-Israyeli, uthathe kubo induku ngokwezindlu zawoyise, kuzo zonke izikhulu ngezindlu zawoyise, izinduku eziyishumi nambili; bhala igama lawo wonke umuntu entongeni yakhe.
Izikhulu zahlabela ukunikezelwa kwe-altare ngosuku lokugcotshwa kwalo, yebo, izikhulu zanikela ngomhlatshelo wazo phambi kwe-altare.
Lokhu kwakungukwahlukaniselwa kwe-altare mhla ligcotshwa yizikhulu zakwa-Israyeli: izingqwembe zesiliva eziyishumi nambili, nezindebe zesiliva eziyishumi nambili, nezindebe zegolide eziyishumi nambili;
Zonke izinkomo zomnikelo wokubonga zaziyizinkunzi ezingamashumi amabili nane, nezinqama ezingamashumi ayisithupha, nezimpongo ezingamashumi ayisithupha, nezimvu zamawundlu ezingamashumi ayisithupha ezinomnyaka munye. Lokhu kwakungukwahlukaniselwa kwe-altare, lase ligcotshwa.
Ziwula nezimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu, umnikelo noma i-altare elingcwelisa umnikelo na?