Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 5:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Uma owesilisa noma owesifazane enza noma yisiphi isono umuntu ona ngaso, enze isono kuJehova, lowo muntu abe necala;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

“Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Nxa owesilisa noma owesifazane enza isono esenziwa ngabantu ukuphambeka kuJehova, lowo muntu abeseba necala,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

“Yisho kubantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Uma owesilisa noma owesifazane benza isono esivame esintwini sonke, baphambuke kuSimakade, lowo muntu uyoba necala.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 5:6
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Uma ungenakuletha iwundlu, uyakuletha amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba kuJehova ngenxa yesiphambeko sakhe osenzile; elinye libe ngumnikelo wesono, elinye libe ngumnikelo wokushiswa.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Bafika kubantwana bakwaRubeni nakubantwana bakwaGadi nasenxenyeni yesizwe sakwaManase ezweni lakwaGileyadi, bakhuluma kubo, bathi:


UJoshuwa wayesethi ku-Akani: “Ndodana yami, mnike uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli inkazimulo, uvume kuye; manje ngitshele okwenzileyo; ungangifihleli.