Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 4:43 - Contemporary Zulu Bible 2024

kusukela kominyaka imashumi mathathu ezelwe, kuya phezulu, kuze kufike kominyaka imashumi mahlanu ezelwe, bonke abangena enkonzweni yomsebenzi etendeni lokuhlangana,

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabaneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abangena emsebenzini ukukhonza etendeni lokuhlangana,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuze kube kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena emsebenzini wokukhonza ethendeni lokuhlangana,

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 4:43
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

kusukela kominyaka imashumi mathathu ezelwe, kuya phezulu, kuse kominyaka imashumi mahlanu ezelwe, bonke abeza inkonzo yomsebenzi etendeni lokuhlangana;


Labo ababalwayo bemindeni yamadodana kaMerari ngemindeni yabo nangemindeni yabo,


labo ababalwayo ngemindeni yabo babe yizinkulungwane ezintathu namakhulu amabili.


Yilokhu okungokwamaLevi: kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili nanhlanu kuya phezulu kumelwe angene enkonzweni yetende lokuhlangana.


UJesu yena waqala eneminyaka engaba ngamashumi amathathu (njengoba kwakucatshangwa) indodana kaJosefa, indodana kaHeli,